1 / 65

Microsoft ® Office Word 2007 Ukuqeqeshwa

Microsoft ® Office Word 2007 Ukuqeqeshwa. Yiba sezingeni. Okuqukethwe kwekhozi. Ukubuka konke: Uke walizwa igama na? Isifundo 1: Yazi i-Ribbon Isifundo 2: Thola imiyalo yansuku zonke Isifundo 3: Izinhla ezilula.

lida
Download Presentation

Microsoft ® Office Word 2007 Ukuqeqeshwa

An Image/Link below is provided (as is) to download presentation Download Policy: Content on the Website is provided to you AS IS for your information and personal use and may not be sold / licensed / shared on other websites without getting consent from its author. Content is provided to you AS IS for your information and personal use only. Download presentation by click this link. While downloading, if for some reason you are not able to download a presentation, the publisher may have deleted the file from their server. During download, if you can't get a presentation, the file might be deleted by the publisher.

E N D

Presentation Transcript


  1. Microsoft® Office Word 2007 Ukuqeqeshwa Yiba sezingeni

  2. Okuqukethwe kwekhozi • Ukubuka konke: Uke walizwa igama na? • Isifundo 1: Yazi i-Ribbon • Isifundo 2: Thola imiyalo yansuku zonke • Isifundo 3: Izinhla ezilula Izifundo ezimbili zokuqala zibandakanya uhlu lwemisebenzi ephakanyiswayo, futhi yonke inesethi yemibuzo yokuvivinya.

  3. Ukubuka konke: Uke walizwa igama na? I-Word 2007 isifikile. Le khozi izokusiza ube sezingeni. Uzofunda izindlela zokwakha amadokhumenti aseqophelweni nawubuchwepheshe azohlaba umxhwele abangani bakho nalabo osebenza nabo.

  4. Izinjongo zekhozi • Sebenza nge-Ribbon — isici esisha esenza kube lula kunakuqala ukusebenzisa i-Word. • Thola imiyalo ejwayelekile yansukuzonke oyidingayo ukwenza umsebenzi wakho.

  5. Isifundo 1 Yazi i-Ribbon

  6. Yazi i-Ribbon Uma uvula i-Word 2007, into yokuqala ozoyibona yi-Ribbon, indawo ephezulu kwi-Word. Ekhaya Ifonti Ipharagrafu I-Ribbon iletha ngaphambili imiyalo enedumela ukwedlula eminye, ukuze ungacingi ezingxenyeni ezehlukene zohlelo izinto ozenza sonke isikhathi. Lokhu kuzokwenza usebenze kalula nangokushesha kunakuqala.

  7. Sebenzisa i-Ribbon kuzenzo ezivamile I-Ribbon inikeza ukusebenzisa nokutholakala okulula, kanti zonke izenzo ezivamile zikhonjiswa endaweni eyodwa. Ekhaya Namathisela Ifonti Ipharagrafu Isibonelo, ungasikaunamathiseleumbhalongokusebenzisaimiyalokwithebhuethiEkhaya; ushintsheukufomathaumbhalongokusebenzisaIsitayela; futhiungaguqulaumbalawengemuvawekhasikwithebhuethiIsakhiwoSekhasi.

  8. Yini ekwi-Ribbon? Ukuzijwayeza izingxenye ezintathu ze-Ribbon kuzokusiza uqonde izindlela zokuyisebenzisa. Amathebhu, amaqoqo, nemiyalo. Ekhaya Ifonti Ipharagrafu Amathebhu: I-Ribbon inamathebhuayisikhombisaasemqokaanqamulaphezulu. Iyinyeimeleindawoyomsebenzi. Amaqoqo:Ithebhungayinyeinamaqoqoamaninganaakhombisaizintoezihlobenendawonye. Imiyalo:Umyaloyibhathini, imenyu, nomaibhokisilaphoungafakakhonaulwazi.

  9. Iziqalisi Zamabhokisi Engxoxo emaqoqweni Ekhaya Ifonti Ipharagrafu Ifonti Ukwahlukanisaizinhlamvungezikhala Ifonti Amanyeamaqoqoanomcibisholoomncaneoyidayagonaliekhonenielingezansilesokudlaokuthiwayi-IsiqalisiSebhokisiLengxoxo. Wuqhafazeukuzeuboneezinyeizinkethoezihlobenenaleloqoqo. Zizovelaebhokisinilengxoxoelijwayelekilenomaifasitelanalemisebenziowalijwayezwayisihumushosaphambilini se-Word.

  10. Kuvela amathebhu engeziwe Amathebhu athile avela kuphela uma uwadinga. AmathuluziEsithombe Fometha UkubunjwaKwesithombe UmgceleWesithombe Ama-ifekthiEsithombe IzitayelaZezithombe Ake sithi ushutheka isithombe futhi ufuna ukwenza okunye ngaso, njengokusinqampula noma ukushintsha indlela umbhalo ozisonga ngayo kusona. Itholakalaphi leyo miyalo?

  11. Kuvela amathebhu engeziwe Amathebhu athile avela kuphela uma uwadinga. AmathuluziEsithombe Ekhaya Fometha UkubunjwaKwesithombe UmgceleWesithombe Ama-ifekthiEsithombe IzitayelaZezithombe Awudingi ukuyizingela. Esikhundleni salokho: Khethaisithombe. Kuvela Amathuluzi Ezithombe. Chofoza ithebhu ethi Fometha. Amanye amaqoqonemiyalokuyavelakokusebenzanezithombe, njengeqoqo le-IzitayelaZezithombe.

  12. Ibha yamathuluzi eNcane Eminye imiyalo yokufomatha iwusizo kangangoba uyifuna itholakale ngisho noma wenzani. IsakhiwoSekhasi A23B Ake sithi ufuna ukufomatha ngokushesha umbhalo othile, kodwa usebenza kuthebhu ethi Isakhiwo Sekhasi. Ungaqhafaza ithebhu ethi Ekhaya ukuze ubone izinketho zokufomatha, kodwa kukhona indlela eshesha kakhudlwana.

  13. Ibha yamathuluzi eNcane Eminye imiyalo yokufomatha iwusizo kangangoba uyifuna itholakale ngisho noma wenzani. IsakhiwoSekhasi A23B Khetha umbhalo wakho ngokuhudula ngegundane lakho, bese ukhomba kokukhethile. Ibha yamathuluzi eNcane izovela ifiphazekile. Uma ukhomba kubha yamathuluzi eNcane, izoqina, bese uyakwazi ukuqhafaza ukhetho lokufometha kuyona.

  14. Ibha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha IbhayamathuluziyokuNgenaNgokusheshayindawoencanengenhlaesinxeleni se-Ribbon. Ekhaya NgezakuBhayamathuluziyokuNgenaNgokushesha YenzayamukelekeIbhayamathuluziyokuNgenaNgokushesha... Inezintoozisebenzisangokuphindelelazonkeizinsuku: Gcina, Hlehlisa, no-Phinda. VezaIbhayamathuluziyokuNgenaNgokusheshangezansikwe-Ribbon Nciphisa i-Ribbon Isithombe sikhombisa indlela yokwengeza okuthandwayo kwakho neminye imiyalo kwi-Bha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha ukuze ahlale ekhona nomangabe ukuyiphi ithebhu. Ungabuye ususe amabhathini kwi-Bha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha.

  15. Iziphakamiso zokuzilolonga • Sebenzisa i-Ribbon. • Yenza kuvele amathebhu engeziwe, bese ushutheka isithombe maqede usebenze ngaMathuluzi Ezithombe. • Sebenza ngebha yamathuluzi eNcane. • Sebenzisa Ibha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha. • Fihla amaqoqo nemiyalo.

  16. Isivivinyo 1, umbuzo 1 Umauqhafazalelibhathiniku-Word 2007, kwenzekani? (Khethaeyodwaimpendulo.) Ufihla okwesikhashana i-Ribbon ukuze ube nesikhala esikhudlwana sedokhumenti yakho. Ufaka usayizi omkhudlwana wefonti kumbhalo wakho. Ubona izinketho ezengeziwe. Wengeza umyalo kuBha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha.

  17. Isivivinyo 1, umbuzo 1: Impendulo Ubona izinketho ezengeziwe. Ngokuvamile kuzovela ibhokisi lengxoxo, futhi lingabukeka lijwayelekile kuzihumusho zaphambilini ze-Word.

  18. Isivivinyo 1, umbuzo 2 Iphi Ibha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha futhi kufanele uyisebenzise nini? (Khetha eyodwa impendulo.) Isekhonenielingenhlaesinxelenisesibuko, futhikufaneleuyisebenzisekumiyaloyakhoethandwayo. Intantaemoyeningenhlakombhalowakho, futhikufaneleuyisebenziseumaufunaukwenzaizinguqukozokufometha. Isekhonenielingenhlaesinxelenisesibuko, futhikufaneleuyisebenziseumaudingaukutholangokusheshaidokhumenti. IkuthebhuethiEkhaya, futhikufaneleuyisebenziseumaudingaukuqalisangokusheshaidokhumentientsha.

  19. Isivivinyo 1, umbuzo 2: Impendulo Isekhoneni elingenhla esinxeleni sesibuko, futhi kufanele uyisebenzise kumiyalo yakho ethandwayo. Yibha yamathuluzi encane enamabhathini ka-Gcina, Hlehlisa, no- Phinda. Ungongeza imiyalo yakho ethandwayo ngokuqhafaza kwesokudla umyalo bese ukhetha Ngeza kuBha yamathuluzi yokuNgena Ngokushesha.

  20. Isivivinyo 1, umbuzo 3 Ibha yamathuluzi eNcane izovela uma wenza kuphi kokulandelayo? (Khetha eyodwa impendulo.) Chofoza kabili ithebhu esebenzayo ku-Ribbon. Khetha umbhalo. Khetha umbhalo bese ukhomba kuwona. Noma kuphi kokungenhla.

  21. Isivivinyo 1, umbuzo 3: Impendulo Khetha umbhalo bese ukhomba kuwona. Kuzovela futhi uma uqhafaza kwesokudla umbhalo wakho owukhethile.

  22. Isifundo 2 Thola imiyalo yansuku zonke

  23. Thola imiyalo yansuku zonke I-Word 2007 yintsha, kantilokhokuyajabulisa. Kodwakunezintookumeleuzenze. Ngakhokemanjeyisikhathisokutholaizindawongqozemiyaloesetshenziswaukwedlulayonke. Isibonelo, uyakhaphi idokhumenti? Aphi amabhulethi, izitayela, nesihloli-sipelingi? Uthini ngokuphrinta? Lesi sifundo sizokhombisa ukuthi ukuklameka okusha kohlelo kufaka leyo miyalo lapho kanye oyidinga khona.

  24. Qala ngeBhathini le-Microsoft Office Ekhaya AmadokhumentiAkamuva Okusha Vula Shicilela Vala Izinkethoze-Word Khipha i-Word IBhathini le-Microsoft Officemanjesekuyindawoyokuqalaku-Word. Umaulicindezela, kuvelaimenyuoyisebenziselaukwakha, ukuvula, nomaukugcinaidokhumenti.

  25. Uthini ngezitayela? Ngabeuthandaindlelaenamandlanesebenzakangconoyokufomethakunemiyaloyokugqamisanama-ithalikhi? Uzofunaukwazingezitayelakwentshai-Word. ¶ No Spac… Heading 2 ¶ Normal Heading 1 Izitayela Ungakhetha osekwenziwe okuthiwa Isitayela Esisheshayo noma ufake isitayela osisebenzisile ngaphambili.

  26. Uthini ngezitayela? UsebenzangezitayelakwithebhuEkhaya, eqoqweniizitayela. ¶ No Spac… Heading 2 ¶ Normal Heading 1 Isithombe siveza izindlela zokuthola izitayela ozifunayo. Izitayela Izitayelaezisheshayoyizitayelaesezenziwe, ezibukekaziwubuchwephesheezifakekangokusheshanakalula. Futhizinokubukekaokushakulesihumusho se-Word. ChofozalelibhathiniukubonaezinyeezininganaIzitayelaEzisheshayo. ChofozaisiqalisiseBhokisiLengxoxoukuvulaifasitelana le Izitayela.

  27. Isipendi Sefomathi Omunyeumyaloonesivininiwokufomathayi-IsipendiSefomathi. SisesinxelenisethebhuEkhaya, eqoqweni le Ibhodi yokunamathisela. Ekhaya Ifonti Ipharagrafu I-Clipboard Uma ungasijwayele Isipendi Sefomathi, yindlela esheshayo yokuphinda kabili ukufomatha kusuke kwenye ingxenye yombhalo kuye kwenye. Ukusebenzisa Isipendi Sefomathi, beka isikhombisi embhalweni ofuna ukukopisha ifomathi yawo bese uqhafaza ele-Isipendi Sefomathi ibhathini.

  28. I-Zoom Emva kokushutheka okuthile, ungadinga ukubhekisisa imininingwane. Ngakhoke nakanjani uzofuna ukwazi ukuthi sikuphi isilawuli se-zoom. Bheka ekhoneni elingezansi kwesokudla. Hudula isishelelisi siye kwesokudla ukusondeza, usihudulele esinxeleni ukuhlehlisa.

  29. Usulungele ukuphrinta na? Usukulungele ukuphrinta - kodwa ukulungele ngempela? Okokuqala kuhle ukuhlola isakhiwo samakhasi akho kuphrinta. IsakhiwoSekhasi Dudula isiqalo Konke okudingayo kukwithebhu ye-Isakhiwo Sekhasi. Iqoqo le-Isakhiwo Sekhasi lino-Usayizi (8.5 x 11, A4, njalonjalo), Umumo (landscape noma portrait), ne-Imingcele.

  30. Yebo, isilungele ukuphrinta Uma usulungele ngempela ukuphrinta, buyela ku-Ibhathini le-Microsoft Office. Ekhaya Hlola kuqala bese uphrinta idokhumenti Okusha Phrinta Khethaiphrinta, isibalosamakhophi, nezinyeizinkethozokuphrintangaphambikokuphrinta. Vula PhrintaNgokushesha Gcina Thumelaidokhumentingqokuphrintaehleliwengaphandlekokwenzaizinguquko. Gcinanjenge... Hlolakuqalaokuphrintwayo Hlola kuqala wenze izinguquko emakhasini ngaphambi kokuphrinta Phrinta... Khumbula ukuthi manje unezinketho: UmauqhafazaumyaloothiPhrinta, uzotholaibhokisilengxoxoelithiPhrinta. KodwakhombakumcibisholokwesokudlasomyaloothiPhrinta, uzobe usubona eminye imiyalo emithathu.

  31. Yebo, isilungele ukuphrinta Uma usulungele ngempela ukuphrinta, buyela ku-Ibhathini le-Microsoft Office. Ekhaya Hlola kuqala bese uphrinta idokhumenti Okusha Phrinta Khetha iphrinta, isibalo samakhophi, nezinye izinketho zokuphrinta ngaphambi kokuphrinta. Vula Phrinta Ngokushesha Gcina Thumela idokhumenti ngqo kuphrinta ehleliwe ngaphandle kokwenza izinguquko. Gcina njenge... Hlola kuqala okuphrintwayo Hlola kuqala wenze izinguquko emakhasini ngaphambi kokuphrinta Phrinta... Khumbula ukuthi manje unezinketho: Phrinta Phrinta Ngokushesha Hlola kuqala okuphrintwayo

  32. Ngemuva kokubonakalayo Zonke izici ozisebenzisa nsuku zonke ku-Word ziku-Ribbon futhi zitholakala kalula. Ekhaya AmadokhumentiAkamuva Okusha Vula Shicilela Vala Izinkethoze-Word Khipha i-Word Ngakhoke akuphi amasethingi angabonakali angaqondene nokukhiqiza amadokhumenti, kodwa alawula ukusebenza kwe-Word?

  33. Ngemuva kokubonakalayo Ukulawula kanjani Ukusebenza kwe-Word? Ekhaya AmadokhumentiAkamuva Okusha Vula Shicilela Vala Izinkethoze-Word Khipha i-Word Wonke lama sethingiayingxenye ye-Izinkethoze-Word, okubonayoumauqhafazaelithiIzinkethoze-Word ibhathini. KukumenyuevulekayoumauqhafazaIbhathini le-Microsoft Office.

  34. Iziphakamiso zokuzilolonga • Ngeza uhlu olunamabhulethi. • Faka Izitayela Ezisheshayo, bese uyahlehlisa ukubona zonke izinguquko. • Shintsha isethi yeZitayela Ezisheshayo. • Sebenzisa Isipendi Sefomathi. • Yenza izinguquko jikelele ngethebhu ye-Isakhiwo Sekhasi. Bese uzama amanye amathebhu. • Phrinta ngazo zonke izinhlobo zezindlela.

  35. Isivivinyo 2, umbuzo 1 Ungafaka izinhla ezinamabhulethi ngokusebenzisa imiyalo yakuliphi iqoqo kuyiphi ithebhu? (Khetha eyodwa impendulo.) Eqoqweni le-Pharagrafu kuthebhu yeSakhiwo Sekhasi. Eqoqweni lePharagrafu kuthebhu ethi Ekhaya. Eqoqweni le-Izimpawu kuthebhu ethi Shutheka. Eqoqweni le-Umbhalo kuthebhu ethi Shutheka.

  36. Isivivinyo 2, umbuzo 1: Impendulo Eqoqweni Ipharagrafu kuthebhu Ekhaya . Yilapha ongafaka khona izinhla ezinamabhulethi. Ithiphu: Ungafaka futhi izinhla ezinamabhulethi ngokusebenzisa ibha yamathuluzi eNcane. Yiba sezingeni

  37. Isivivinyo 2, umbuzo 2 Uzikhetha kanjani izinketho zokuphrinta kusihumusho esisha se-Word? (Khetha eyodwa impendulo.) Chofoza ibhathini Phrinta ku-Ribbon. Chofoza ibhathini Phrinta kuBha yamathuluzi Yokungena Ngokushesha. Sebenzisa ibhathini ye-Microsoft Office Olokuqala noma lwesibili ukhetho ngenhla.

  38. Isivivinyo 2, umbuzo 2: Impendulo Sebenzisa ibhathini ye-Microsoft Office. Lapha uvula nokuHlola kuqala Okuphrintwayo.

  39. Isivivinyo 2, umbuzo 3 Yiliphi ikhona elinokulawula i-zoom? (Khetha eyodwa impendulo.) Ngenhla kwesokudla. Ngenhla esinxeleni. Ngezansi esinxeleni. Ngezansi kwesokudla. Yiba sezingeni

  40. Isivivinyo 2, umbuzo 3: Impendulo Ngezansi kwesokudla. Ngezansi ekhoneni lesokudla yisilawuli osisebenzisayo sokusondeza nokuhlehlisa. Ungasebenzisa futhi imenyu ethi Buka ukubona izilawuli ze-zoom.

  41. Isifundo 3 Izinhla ezilula

  42. Izinhla ezilula Izinhla ziyingxenye ewusizo zanoma iyiphi idokhumenti, nomangabe uqoqa ulwazi noma wenza lwetshiseke kalula. I-Mercury I-Venus Umhlaba I-Mars • I-Mercury • I-Venus • Umhlaba • I-Mars • I-Mercury • I-Venus • Umhlaba • Inyanga • I-Mars • I-Phobos • I-Deimos Izinhlaezinezinombolozisemqokaekukhombiseniukulandelanakolwazi. Umaungakhathazekilengokulandelana, uhlaolunamabhulethilungabangcono. Izinhlazingabailevelieyodwa, laphozonkeizintozibanokududulwakwesiqalookufanayo; nomaamaleveliamaningi, okushukuthikunohluphakathikolunye.

  43. Yakha izinhla khathi uthayipha Kunezindlela ezingaphezu kweyodwa zokuqala uhla, kodwa enye yezidume kakhulu wukwakha uhla ngokuzenzekela khathi uthayipha. Isikhala Ichashaza Ichashaza A • I-Mercury • I-Venus • I-Umhlaba • I-Mars I-Mercury I-Venus I-Umhlaba I-Mars I-Mercury I-Venus I-Umhlaba I-Mars Umaufunauhlaolunamabhulethi, veleuthayiphei-asterisk (*)ilandelweyisikhala. I-asterisk iphendukaibeyibhulethi, besekuqalauhlulwakho. Umausuqedileukuthayipha into yokuqalaohlwinilwakho, cindezela ENTER, kuzobesekuvelaibhulethielishaemgqeniolandelayo.

  44. Yakha izinhla khathi uthayipha Kunezindlela ezingaphezu kweyodwa zokuqala uhla, kodwa enye yezidume kakhulu wukwakha uhla ngokuzenzekela khathi uthayipha. Isikhala Ichashaza Ichashaza A • I-Mercury • I-Venus • I-Umhlaba • I-Mars I-Mercury I-Venus I-Umhlaba I-Mars I-Mercury I-Venus I-Umhlaba I-Mars Ukwakhangokuzenzekelaizinhlaezinezinamba, thayiphaunombolo 1 nechashaza (1.), kulandelweyisikhala. Lokhukushaku-Word 2007; kuzihumushozangaphambili, kwakudingekaucindezele ENTER ngaphambikokubauhluluqale.

  45. Yakha izinhla khathi uthayipha Kunezindlela ezingaphezu kweyodwa zokuqala uhla, kodwa enye yezidume kakhulu wukwakha uhla ngokuzenzekela khathi uthayipha. Isikhala Ichashaza Ichashaza A • I-Mercury • I-Venus • I-Umhlaba • I-Mars I-Mercury I-Venus I-Umhlaba I-Mars I-Mercury I-Venus I-Umhlaba I-Mars Ngenxa yokuthi izinhla ezinezinhlamvu olunye uhlobo lwezinhla ezinezinombolo, thayipha uhlamvu a nechashaza (a.), kulandelwe yisikhala, ukuqala uhlu olunezinhlamvu.

  46. Ukumisa izinhla Usufake into yokugcinaohlwinilwakho. Manjeuluqedakanjaniuhluumisenamabhulethinomaizinambazingabezisaqhamuka? Isithombesivezaizindlelaezingconokunazozonke. • I-Mercury • I-Venus • I-Umhlaba • I-Mars • I-Jupiter • I-Saturn • I-Uranus • I-Neptune • I-Mercury • I-Venus • I-Umhlaba • I-Mars • I-Jupiter • I-Saturn • I-Uranus • I-Neptune Enter Backspace Indlelaelulakunazozonkeyokuqedaukwakhauhluwukucindezela u-ENTER kabili, njengobakukhonjisiweesinxeleni. Umaudingaokuthileokuthandaukwehluka, isibonelo, umbhaloodudulelwephambilikwileveliefanayoneyombhalonomaibhulethiokungenhlakwawo, sebenzisainkinobho ye-BACKSPACE.

  47. Ukusebenzanamapharagrafukwizinhla; ukunamathiselaizinhla Ake sithi wakha uhla olunezinombolo namabhulethi futhi udinga ezinye zezinto ezisohlwini ukuba zibe namapharagrafu amancane, njengoba kuvezwe esithombeni. Amapharagrafu angaklelisiwe Kunezindlela eziningana zokubhekana nalokhu; oyikhethayo incike esimweni sedokhumenti yakho nalokho okuthandayo.

  48. Ukusebenzanamapharagrafukwizinhla; ukunamathiselaizinhla Ake sithi wakha uhla olunezinombolo namabhulethi futhi udinga ezinye zezinto ezisohlwini ukuba zibe namapharagrafu amancane, njengoba kuvezwe esithombeni. Amapharagrafu angaklelisiwe • Ungakhaamapharagrafuamancaneohlwiningokucindezela SHIFT+ENTER, hhayi u-ENTER njekuphela, ukuqedaibhlokhingayinyeyombhalo. • Ukuqhubekanohluemvakwamapharagrafuamancane, thayiphainambaelandelayoilandelweyichashaza; uhluluzoqhubekangokuzenzekela.

  49. Amabhulethi noma izinombolo? Unohloboolungeyilolohlu? Ngabeuqalengamabhulethikodwamanjeucabangaukuthiizinambazingcono, nomaokuhlanakezelwe? Ungakhathazeki, kululaukusukakokunyeushintshelekokunye. Ekhaya Ipharagrafu Ifonti • I-Mercury • I-Venus | Vele uqhafaze noma kuphi ohlwini lwakho, bese uqhafaza ibhathini le-Amabhulethi noma Izinombolo ku-Ribbon.

  50. Amabhulethi noma izinombolo? Ungasebenzisa futhi lama bhathini ukuqala izinhla ezintsha. Ekhaya Ipharagrafu Ifonti • I-Mercury • I-Venus Ungaqhafazaibhathinibeseuqalaukuthayiphaukwakha into yokuqalayohlu lwakhonomakhethaumbhaloosuwubhalilebeseuqhafazaelithiAmabhulethinomaIzinomboloibhathiniukushintshaipharagrafungayinyeibeyintoyohlu.

More Related